Thursday, May 13, 2010

UBGALILAHLI ITHEMBA

Sekwenzekile konk okub okudung umphefumulo
Okuxakaziz impilo yomuntu
Kwenzeka nokungathokozis empilweni
Kepha ngengqondo ngifis ukuba
Ngikhohlwe ngokwenzekile izolo
Kepha ngibheke ngiphokophelele
Kokzokwenzeka kusasa

Ngingebe yisiwula ngimpumputheke
Ngenz okuphambene nokungalungile
Ngoba ngithi ngidlulis’okwenzekile
Ngingezikhohlise ngith uMdal ufulathelile
Ngezinsuku zobumnyama
Ngoba Yen ukhulumile wathi
‘Izinyembezi zakho aziweli phansi
NginguJehova wakho ehlane
NginguJehova wokunqoba kwakho’

Ngiyakwenza konk okufanelekil
Ukuze ngiphilis ingqondo yam
Inhliziy ifund ukwamkel idlulise
Ngingalilahl ithemba
Ngob ukuba sentendeni yesandla Sakhe
Will never make us izintandane

Ungalilahl ithemba nakub ubon ukuthi
Uzakuphambana ne Force of Gravity
Ngob u..th izinking obhekene nazo
Zingumthwal onzima kakhulu
Zingumthwalo ongenakususwa nangubani
Ngob uth izifo sezizitholel igumbi lokukhosela
Sezizitholel’iground lokudlalela
Kepha ungalilahli ithemba.

Nakub uzwile kukhulunywa kushunyayelwa kuthiwa
‘Ntombazan ungavum ukuba nguMgqomo kadoti
Won okuchithelwa kuwo yonk into le’
Nakub ubon ukuthi
Lokho kubheka ngakuwe
Kepha, ungalilahl ithemba
Nempilo isaqhubeka.

No comments:

Post a Comment