Thursday, May 13, 2010

IIKHAYA LAM

Zinyawo zam ngibelethe
Yind indlel imil ifanelw ukuhanjwa
Ukuba kule ndawo, akunasizathu, akunampumelelo,
Ikusasa lakhona liyinganekwane.

Zinyawo zam ngithwale,
Kwelam ikhaya kukhala ibhungane,
Yim oyofika nesikhiye sakhona,
Ngivule maqede nginethezeke,
Kwelami ikhaya.

Ngihlalile, esiid isikhathi
Kuwe xhokovana lam,
Ngiwa ngivuka ngakha elami ikhaya.
Pho-ke, akulahlwa mbeleko ngakufelwa.

Namuhla ngikweliny izinga.
Amehl ayagezeka,
Ubuhle nenjabulo baleli khaya
Yibo kanye obuligugu, yibo obuphilisayo.

Sizwe sakithi
Masiphileni sonke ngaleli khaya
Phela liyisinkwa sokuphila,
Liyikho konk umuntu angakudinga.

Ngithatha leli khaya lam
Ngi lipha igama, igama lalo,
Impumelelo,
Impumelelo yam, yiyo eyikhaya lam.

UBGALILAHLI ITHEMBA

Sekwenzekile konk okub okudung umphefumulo
Okuxakaziz impilo yomuntu
Kwenzeka nokungathokozis empilweni
Kepha ngengqondo ngifis ukuba
Ngikhohlwe ngokwenzekile izolo
Kepha ngibheke ngiphokophelele
Kokzokwenzeka kusasa

Ngingebe yisiwula ngimpumputheke
Ngenz okuphambene nokungalungile
Ngoba ngithi ngidlulis’okwenzekile
Ngingezikhohlise ngith uMdal ufulathelile
Ngezinsuku zobumnyama
Ngoba Yen ukhulumile wathi
‘Izinyembezi zakho aziweli phansi
NginguJehova wakho ehlane
NginguJehova wokunqoba kwakho’

Ngiyakwenza konk okufanelekil
Ukuze ngiphilis ingqondo yam
Inhliziy ifund ukwamkel idlulise
Ngingalilahl ithemba
Ngob ukuba sentendeni yesandla Sakhe
Will never make us izintandane

Ungalilahl ithemba nakub ubon ukuthi
Uzakuphambana ne Force of Gravity
Ngob u..th izinking obhekene nazo
Zingumthwal onzima kakhulu
Zingumthwalo ongenakususwa nangubani
Ngob uth izifo sezizitholel igumbi lokukhosela
Sezizitholel’iground lokudlalela
Kepha ungalilahli ithemba.

Nakub uzwile kukhulunywa kushunyayelwa kuthiwa
‘Ntombazan ungavum ukuba nguMgqomo kadoti
Won okuchithelwa kuwo yonk into le’
Nakub ubon ukuthi
Lokho kubheka ngakuwe
Kepha, ungalilahl ithemba
Nempilo isaqhubeka.

BANGOBANI?

They are all over the world
Doing things they are not suppose to do
Being the one they are not expected to be
Bahlaz’imindeni yab’abazali bayasab’ukuthi ‘Ngabantababo’
Odade wabo bath abanabhuti, abanamalum’abanabo ngisho nobaba
How can you call someone your brother, uncle or dad
Ekbeni yena ngalesosikhath’um’ebona wen’ezibonel’
Intombi yakhe, ezibonel’isthomololo sakhe
Okanye ezibonel’into yokunukubekwa.

As intombazane, whom to report to/ whom to rely on?
Coz I suppose to rely kubaba nomfowethu.
We feel so defenceless when it comes to
Such a terrible situation like this
Oh no!! What are their visions?
Where do they see themselves in future?
Its pity and amazing coz abanal’iksasa
Futh’abant’abafana nab’abashesh’ukphambana ne Force of Gravity
Oh God!! Don’t You hav a spur space for them?
Why can’t You take &keep them away from us?

Ngobah, bali-hlukumezil’ilungelo lethu
Bali-nukubezil’ilungelo lethu
Ezab’izandla zigcwel’igazi labany’abantu
Their clothes are spattered with blood
The palms of their hands are filled with izinyembezi zabantwana
Oh my God they regard themselves as ‘Ministers of crime’
I with to know ukuthi kuthini kubo the time usana lukhala luhayiza
Yen’ebhiz’emnukubez’umntanomuntu
Okanye vel’akasenandaba ngoba yena
He is the embodiment of what he is doing
Okanye he told himself ukuthi ‘This is a Gala
It is the special social event to him
Maybe a sport competition okanye iperformance yakhe.

Siyawukwenza ntoni na to eliminate the scarcity of abafowethu?
Siyawukwenza ntoni na to redirect them coz indeed they’ve misdirected
Bali-hlukumezil’ilungelo lethu
Now we are in the plaintive situation.
Ukuba lokhu bekungekon’okusemphakathini
Kodw’ukuba this was in the organisation,
Believe me, we were to embark on strike
Not just strike but the protected one
Coz our disputes are not met they are unsolved

They see themselves sitting on a throne,
Sitting on a King or a Queen’s chair
Coz they are the Kings & Queens of the crime
Izinyembezi zabafelokazi lezi ezimfoma kwizembatho zabo
Omalokazana balotsholwa ngeziyishumi,
Angani wena wali-nukubez’ilungelo, waba-phuc’ilungelo labo lobuntombi
Kodwa, ukub’ongaphezulu can just be the employer in this situation
Ngabe uthathe izinyathelo ezinqala izinyathelo ezinzulu
He would dismiss them from emsebenzin’abawenzayo.
Unfortunately, He can’t.
Kodwa, enecala, ayikthol’ukphumula.